NgokukaLuka 10:38-40

NgokukaLuka 10:38-40 ZUL20

Besahamba, wangena emzaneni othile; owesifazane mumbe, ogama lakhe nguMartha, wamemukela endlini. Wayenodadewabo okuthiwa nguMariya, owahlala ngasezinyaweni zeNkosi, walalela izwi layo. Kepha uMartha wayematasatasa, enza imisebenzi eminingi; waya kuJesu, wathi: “Nkosi, akukukhathazi yini ukuthi udadewethu ungishiyile, ngisebenza ngedwa na? Ngakho-ke mtshele angisize.”