UJobe 38:8-11

UJobe 38:8-11 ZUL20

“Ngubani owavalela ulwandle ngezivalo, lapho luqhibuka, luphuma esiswini, ngesikhathi ngibeka amafu eba yisembatho salo, nesigayegaye siba yimbeleko yalo, nalapho ngilumisela umngcele walo, ngimisa imigoqo nezicabha, ngathi: ‘Uyokhuphuka ugcine lapha, kepha awuyukudlula, kulapho amaza akho aziqhenyayo azokuma khona’?

Funda UJobe 38