UJobe 38:8-11
UJobe 38:8-11 IsiZulu 2020 (ZUL20)
“Ngubani owavalela ulwandle ngezivalo, lapho luqhibuka, luphuma esiswini, ngesikhathi ngibeka amafu eba yisembatho salo, nesigayegaye siba yimbeleko yalo, nalapho ngilumisela umngcele walo, ngimisa imigoqo nezicabha, ngathi: ‘Uyokhuphuka ugcine lapha, kepha awuyukudlula, kulapho amaza akho aziqhenyayo azokuma khona’?
UJobe 38:8-11 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
“Ngubani owavalela ulwandle ngezicabha, lapha lwabhoboka kungathi lwaphuma esiswini, lapho ngabeka amafu aba yisambatho salo, nesigayegaye saba yimbeleko yalo, nalapho ngalumisela umncele wami, ngamisa imigoqo nezicabha, ngathi: ‘Uyakufika lapha, kepha ungadluli; lapha amaza akho aziqhenyayo ayakumiswa,’ na?
UJobe 38:8-11 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Ngubani owavala ulwandle ngezicabha ekugqabhukeni kwalo, kungathi luphuma esizalweni na? Lapho ngenza ifu libe yingubo yakhe, nobumnyama baba yindwangu yakhe; Niyaphule indawo yami emisiweyo, nibeke imigoqo nezicabha, wathi: “Uzakuza kuze kube manje, kepha awuyikudlula; lapha kuyakuvinjwa amaza akho aziqhenyayo na?