UJobe 38:8-11

UJobe 38:8-11 ZUL59

“Ngubani owavalela ulwandle ngezicabha, lapha lwabhoboka kungathi lwaphuma esiswini, lapho ngabeka amafu aba yisambatho salo, nesigayegaye saba yimbeleko yalo, nalapho ngalumisela umncele wami, ngamisa imigoqo nezicabha, ngathi: ‘Uyakufika lapha, kepha ungadluli; lapha amaza akho aziqhenyayo ayakumiswa,’ na?

Funda UJobe 38

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo