Ngaleso sikhathi kwase kufika abafundi bakhe, bamangala lapho bemfica ekhuluma nowesifazane. Kepha akekho noyedwa owabuza, wathi: “Ufunani na?” noma “Ukhulumelani nowesifazane na?” Owesifazane washiya imbiza yakhe yamanzi, waya emzini, wathi kubantu: “Wozani nizobona umuntu ongitshele konke engikwenzileyo. Ngabe lona akusiye uKhristu na?” Baphuma emzini, beza kuJesu.
Funda NgokukaJohane 4
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: NgokukaJohane 4:27-30
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo