Ngaleyo nkathi bafika abafundi bakhe; bamangala ngokuba ekhuluma nowesifazane; nokho akubangakho owathi: “Ufunani na?” noma: “Ukhulumelani naye na?” Owesifazane wayeseshiya imbiza yakhe, waya emzini, wathi kubantu: “Wozani nibone umuntu ongitshele konke engikwenzileyo; kungebe nguye uKristu na?” Baphuma emzini, beza kuye.
Funda NgokukaJohane 4
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: NgokukaJohane 4:27-30
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo