Kwakukhona lapho izimbiza eziyisithupha ezazenziwe ngamatshe, zibekwe ngokwesiko labaJuda lokugeza izandla. Imbiza ngayinye yayimumatha umthamo othi awube yizilinganiso ezimbili noma ezintathu. UJesu wathi ezincekwini: “Gcwalisani izimbiza ngamanzi.” Zazigcwalisa. Wayesethi kuzo: “Cakulani manje, nihambise kumphathi wokudla.” Zahambisa-ke.
Funda NgokukaJohane 2
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: NgokukaJohane 2:6-8
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo