NgokukaJohane 2:6-8
NgokukaJohane 2:6-8 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Kwakukhona lapho izimbiza zamatshe eziyisithupha zibekwe ngesiko lokuhlamba labaJuda, ziphethe yileso naleso izilinganiso ezimbili noma ezintathu. UJesu wathi ezincekwini: “Gcwalisani izimbiza ngamanzi;” zazigcwalisa-ke. Wayesethi kuzo: “Yikhani manje, niyise kumphathi wokudla;” zayisa-ke.
NgokukaJohane 2:6-8 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Kwakukhona lapho izimbiza zamanzi eziyisithupha zamatshe ngokwesimiso samaJuda sokuhlambulula, iyinye ingalingana amashedi amabili nantathu. UJesu wathi kubo: Gcwalisani izimbiza ngamanzi. Base bewagcwalisa kwaze kwafika emlonyeni. Wathi kubo: “Yikhani manje, niyise kumphathi wokudla; Base beyithwala.
NgokukaJohane 2:6-8 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Kwakukhona lapho izimbiza eziyisithupha ezazenziwe ngamatshe, zibekwe ngokwesiko labaJuda lokugeza izandla. Imbiza ngayinye yayimumatha umthamo othi awube yizilinganiso ezimbili noma ezintathu. UJesu wathi ezincekwini: “Gcwalisani izimbiza ngamanzi.” Zazigcwalisa. Wayesethi kuzo: “Cakulani manje, nihambise kumphathi wokudla.” Zahambisa-ke.
NgokukaJohane 2:6-8 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)