NgokukaJohane 2:6-8

NgokukaJohane 2:6-8 ZUL59

Kwakukhona lapho izimbiza zamatshe eziyisithupha zibekwe ngesiko lokuhlamba labaJuda, ziphethe yileso naleso izilinganiso ezimbili noma ezintathu. UJesu wathi ezincekwini: “Gcwalisani izimbiza ngamanzi;” zazigcwalisa-ke. Wayesethi kuzo: “Yikhani manje, niyise kumphathi wokudla;” zayisa-ke.

Video for NgokukaJohane 2:6-8

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne NgokukaJohane 2:6-8