UJeremiya 17:7-8

UJeremiya 17:7-8 ZUL20

“Ubusisiwe umuntu othembela kuSimakade, nothemba lakhe linguSimakade. Uyakufana nesihlahla esitshalwe ngasemanzini, esimpande zaso sizenabisele ngasemfuleni. Akayukwesaba lapho ebona ukushisa kuza, amaqabunga aso ahlala eluhlaza, ngonyaka wesigagadu awanakukhathazeka, futhi awayeki ukuthela izithelo.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne UJeremiya 17:7-8