UJeremiya 1:4-8

UJeremiya 1:4-8 ZUL20

Izwi likaSimakade lafika kimi, lathi: “Ngingakakubumbi esiswini ngakwazi, ungakaphumi esibelethweni ngakungcwelisa, ngakuqoka ukuba ube ngumphrofethi ezizweni.” Kepha ngathi: “Awu, Nkosi Simakade! Mina angikwazi ukukhuluma, ngokuba ngisengumfanyana nje.” Kepha uSimakade wathi kimi: “Ungathi kimi ungumfanyana, ngokuba uyakuya kubo bonke engikuthuma kubo, futhi uyakukhuluma konke engikuyala ngakho. Ungabesabi, ngokuba nginawe ukuba ngikophule,” kusho uSimakade.

Verse Image for UJeremiya 1:4-8

UJeremiya 1:4-8 - Izwi likaSimakade lafika kimi, lathi:

“Ngingakakubumbi esiswini ngakwazi,
ungakaphumi esibelethweni ngakungcwelisa,
ngakuqoka ukuba ube ngumphrofethi ezizweni.”

Kepha ngathi: “Awu, Nkosi Simakade! Mina angikwazi ukukhuluma, ngokuba ngisengumfanyana nje.”
Kepha uSimakade wathi kimi: “Ungathi kimi ungumfanyana, ngokuba uyakuya kubo bonke engikuthuma kubo, futhi uyakukhuluma konke engikuyala ngakho. Ungabesabi, ngokuba nginawe ukuba ngikophule,” kusho uSimakade.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne UJeremiya 1:4-8