UJeremiya 1:4-8

UJeremiya 1:4-8 ZUL59

Kwafika kimi izwi likaJehova, lathi: “Ngingakakubumbi esiswini ngakwazi; ungakaphumi esizalweni ngakungcwelisa, ngakubeka umprofethi ezizweni.” Kepha ngathi: “Awu, Nkosi Jehova! Bheka, angikwazi ukukhuluma, ngokuba ngingumntwana.” Kepha uJehova wathi kimi: “Ungasho ukuthi ungumntwana, ngokuba uyakuya kubo bonke engikuthuma kubo, nakho konke engikuyala ngakho uyakukukhuluma. Ungabesabi, ngokuba nginawe ukuba ngikophule,” usho uJehova.

Verse Image for UJeremiya 1:4-8

UJeremiya 1:4-8 - Kwafika kimi izwi likaJehova, lathi:

“Ngingakakubumbi esiswini ngakwazi;
ungakaphumi esizalweni ngakungcwelisa,
ngakubeka umprofethi ezizweni.”

Kepha ngathi: “Awu, Nkosi Jehova! Bheka, angikwazi ukukhuluma, ngokuba ngingumntwana.”
Kepha uJehova wathi kimi: “Ungasho ukuthi ungumntwana, ngokuba uyakuya kubo bonke engikuthuma kubo, nakho konke engikuyala ngakho uyakukukhuluma. Ungabesabi, ngokuba nginawe ukuba ngikophule,” usho uJehova.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne UJeremiya 1:4-8