IZenzo 3:4-9

IZenzo 3:4-9 ZUL20

Kepha uPhethro noJohane bayigqolozela, wathi kuyo: “Sibheke!” Yayisibabheka, yethembe ukuba yamukele okuthile kubo. Kepha uPhethro wathi: “Isiliva negolide anginalo, kepha lokho enginakho ngikupha khona: egameni likaJesu uKhristu waseNazaretha, sukuma uhambe.” Wayeseyibamba ngesandla sokunene, wayisukumisa. Masinyane izinyawo zayo namaqakala kwaqina, yagxuma, yema, yahamba, yangena nabo ethempelini, ihamba igxumagxuma, imdumisa uNkulunkulu. Abantu bonke bayibona ihamba, idumisa uNkulunkulu.

Funda IZenzo 3

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne IZenzo 3:4-9