2 KwabaseKhorinte 3:7-11

2 KwabaseKhorinte 3:7-11 ZUL20

Uma inkonzo yokufa eyayiqoshiwe ematsheni yafika inenkazimulo, kangangokuba abantwana bakwa-Israyeli babengakwazi ukububuka ubuso bukaMose, ngenxa yenkazimulo ephelayo eyayisebusweni bakhe, pho inkonzo kaMoya ayiyukuba nenkazimulo enkulu kunayo na? Ngokuba uma inkonzo yokulahlwa ibinenkazimulo, inkonzo yokulunga inenkazimulo enkulu kakhulu. Nalokho okwakhazimuliswa, kwakukade kungenankazimulo, uma kuqhathaniswa nale nkazimulo edluleleyo. Uma lokhu okuphelayo kwakunenkazimulo, pho kakhulu kangakanani inkazimulo yalokhu okumiyo njalo.

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo