1 KuThimothewu 2:1-4

1 KuThimothewu 2:1-4 ZUL20

Ngakho-ke okokuqala nje, ngigqugquzela ukuba ukunxusa, ukukhuleka, ukucela nokubonga kwenzelwe abantu bonke; amakhosi nazo zonke iziphathimandla, ukuze sihlale kahle ngokuthula, ngokwesaba uNkulunkulu, nangakho konke ukuhlonipheka. Lokhu kuhle, futhi kwamukelekile emehlweni kaNkulunkulu uMsindisi wethu, othanda ukuba bonke abantu basindiswe, bafinyelele ekulazini iqiniso.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne 1 KuThimothewu 2:1-4