1 kuThimothewu 2:1-4

1 kuThimothewu 2:1-4 ZUL59

Ngakho-ke kuqala kukho konke ngiyala ukuba ukunxusa, nokukhuleka, nokucela, nokubonga kwenzelwe abantu bonke, amakhosi nabo bonke abakhulu, ukuze sihlale kahle nangokuthula, ngokumesaba uNkulunkulu nangesizotha esipheleleyo. Lokhu kuhle, kuyabongeka emehlweni kaNkulunkulu uMsindisi wethu othanda ukuba abantu bonke basindiswe, bafinyelele ekulazini iqiniso.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne 1 kuThimothewu 2:1-4