makube kini umusa nokuthula okuvela kuNkulunkulu uBaba wethu naseNkosini uJesu Khristu. Ngimbonga njalo uNkulunkulu wami ngani, ngenxa yomusa wakhe eniwuphiweyo kuKhristu uJesu, ukuba ezintweni zonke, nicetshiswe kuye; ekukhulumeni nasekwazini konke njengalokhu ubufakazi ngoKhristu buqinisiwe kini, ukuze ningasesweli nesisodwa nje isiphiwo somusa, njengokuba nikulindele ngokushisekela ukwambulwa kweNkosi yethu uJesu Khristu.
Funda 1 KwabaseKhorinte 1
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: 1 KwabaseKhorinte 1:3-7
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo