IzAga 3:5-12

IzAga 3:5-12 ZUL59

Themba kuJehova ngayo yonke inhliziyo yakho, ungenciki kokwakho ukuqonda. Mazise yena ezindleleni zakho zonke, uyakuqondisa imikhondo yakho. Ungabi ngohlakaniphileyo emehlweni akho; mesabe uJehova, udede ebubini. Lokho kuyakuba yimpilo emzimbeni wakho nokuhlunyelelwa kwamathambo akho. Dumisa uJehova ngempahla yakho, nangolibo lwazo zonke izithelo zakho, izinqolobane zakho zigcwale ngobuningi, nezikhamo zakho zichichime ngewayini elisha. Ndodana yami, ungadeleli ukulaya kukaJehova, ungakhathazeki ngokusola kwakhe. Ngokuba uJehova uyamlaya amthandayo, njengoyise indodana ayithandayo.

Funda IzAga 3

Verse Images for IzAga 3:5-12

IzAga 3:5-12 - Themba kuJehova ngayo yonke inhliziyo yakho,
ungenciki kokwakho ukuqonda.
Mazise yena ezindleleni zakho zonke,
uyakuqondisa imikhondo yakho.

Ungabi ngohlakaniphileyo emehlweni akho;
mesabe uJehova, udede ebubini.
Lokho kuyakuba yimpilo emzimbeni wakho
nokuhlunyelelwa kwamathambo akho.

Dumisa uJehova ngempahla yakho,
nangolibo lwazo zonke izithelo zakho,
izinqolobane zakho zigcwale ngobuningi,
nezikhamo zakho zichichime ngewayini elisha.

Ndodana yami,
ungadeleli ukulaya kukaJehova,
ungakhathazeki ngokusola kwakhe.
Ngokuba uJehova uyamlaya amthandayo,
njengoyise indodana ayithandayo.IzAga 3:5-12 - Themba kuJehova ngayo yonke inhliziyo yakho,
ungenciki kokwakho ukuqonda.
Mazise yena ezindleleni zakho zonke,
uyakuqondisa imikhondo yakho.

Ungabi ngohlakaniphileyo emehlweni akho;
mesabe uJehova, udede ebubini.
Lokho kuyakuba yimpilo emzimbeni wakho
nokuhlunyelelwa kwamathambo akho.

Dumisa uJehova ngempahla yakho,
nangolibo lwazo zonke izithelo zakho,
izinqolobane zakho zigcwale ngobuningi,
nezikhamo zakho zichichime ngewayini elisha.

Ndodana yami,
ungadeleli ukulaya kukaJehova,
ungakhathazeki ngokusola kwakhe.
Ngokuba uJehova uyamlaya amthandayo,
njengoyise indodana ayithandayo.IzAga 3:5-12 - Themba kuJehova ngayo yonke inhliziyo yakho,
ungenciki kokwakho ukuqonda.
Mazise yena ezindleleni zakho zonke,
uyakuqondisa imikhondo yakho.

Ungabi ngohlakaniphileyo emehlweni akho;
mesabe uJehova, udede ebubini.
Lokho kuyakuba yimpilo emzimbeni wakho
nokuhlunyelelwa kwamathambo akho.

Dumisa uJehova ngempahla yakho,
nangolibo lwazo zonke izithelo zakho,
izinqolobane zakho zigcwale ngobuningi,
nezikhamo zakho zichichime ngewayini elisha.

Ndodana yami,
ungadeleli ukulaya kukaJehova,
ungakhathazeki ngokusola kwakhe.
Ngokuba uJehova uyamlaya amthandayo,
njengoyise indodana ayithandayo.

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo