Okungaphezu Kwemvelo Nsuku Zonke

Okungaphezu Kwemvelo Nsuku Zonke

7 izinsuku

Okungaphezu kwemvelo kosuku nosuku kuhlola ukuthi impilo enikwe amandla kaMoya ibukeka kanjani kuwo wonke umKristu. uNkulunkulu wayehlose ukuthi ngamunye wethu athembele kuMoya oNgcwele futhi asebenzise izipho ezingaphezu kwemvelo njengamathuluzi ansuku zonke. Ukwethembela kuMoya oNgcwele akuyona into eyinqaba, egcwele ukuxokozela, noma into ethile kuphela ezingxenyeni ezithile zeBandla. Eyanoma ubani ofuna ukwazi uNkulunkulu ngokugcwele.

Sithanda ukubonga u-Mike Pilavachi, u-Andy Crof, no- David C Cook ngokusihlinzeka ngaloluhlelo. Ngeminye imininingwane, sicela uvakashele: http://www.dccpromo.com/everyday-supernatural/
Mayelana Nomshicileli

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo