Ngokuba ukuhlakanipha kuyakungena enhliziyweni yakho, ukwazi kube mnandi emphefumulweni wakho. Amasu ayakukulinda, ukuqonda kukugcine, ukuze wophulwe endleleni yobubi nakubantu abakhuluma okuphambeneyo, abashiya imikhondo yobuqotho, ukuze bahambe ngezindlela zobumnyama; abathokoza ngokwenza okubi, bajabulele ukuphambana kobubi; abazindlela zabo ziyisigwegwe, nemikhondo yabo iphambene
Funda IzAga 2
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: IzAga 2:10-15
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo