Oswald Chambers: Ithemba - Isithembiso Esingcwele Isampula
![Oswald Chambers: Hope - A Holy Promise](/_next/image?url=https%3A%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F990%2F1280x720.jpg&w=3840&q=75)
Cabanga ngendoda embi kakhulu oyaziyo, hhayi indoda embi kakhulu ongayicabanga, ngoba lokho akucacile. Ingabe unalo ithemba ngaye? Ingabe uMoya oNgcwele udlulisela kuwe isimangaliso salowo muntu othulwa ephelele kuKristu Jesu? Lokhu kuhlola kunquma ukuthi uyafunda yini ukucabanga ngamadoda njengoba uJesu ayecabanga ngawo. Umoya oNgcwele usiletha ekuzwaneni nomsebenzi uJesu awenzile ngenxa yabantu ngokuthi “uyakwazi ukusindisa ngokupheleleyo abeza kuNkulunkulu ngaye.”
Izipho zikaMoya zakhelwe phezu kobukhosi bukaNkulunkulu, hhayi ebuntwini bethu. Kubaluleke ngani eNkosini uMninimandla onke ukuthi ukuqeqeshwa kwakho kwasekuqaleni kwakunjani! Okubalulekile Kuye ukuthi unganciki kokwakho ukuqonda, kodwa vuma Yena kuzo zonke izindlela zakho. Isikhubekiso esikhulu esivimbela abanye abantu ukuba babe abafundi abalula bakaJesu ukuthi banesiphiwo—banesiphiwo kangangokuthi ngeke bathembele eNkosini ngezinhliziyo zabo zonke.
Imibuzo Yokuzindla: Ngimkhawulela ngaziphi izindlela uNkulunkulu ngokucabanga ngabantu abathile noma izimo ezingenathemba? Yimaphi amathalenta emvelo engiwethemba ukwedlula uNkulunkulu?
Izingcaphuno ezithathwe kwethi-Conformed to His Image and Approved Unto God, © Discovery House Publishers

UmBhalo
Mayelana naloluHlelo
![Oswald Chambers: Hope - A Holy Promise](/_next/image?url=https%3A%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F990%2F1280x720.jpg&w=3840&q=75)
Ithemba: Isithembiso Esingcwele siyingcebo ekhuthazayo yezingcaphuno ezivela emisebenzini ka-Oswald Chambers, umbhali wezokuzinikela othandwa kakhulu emhlabeni nombhali wencwadi ethi My Utmost for His Highest. U-Chambers uzokukhuthaza futhi akuphonsele inselelo ngokuhlakanipha kwakhe okulula nokuqondile kweBhayibheli.
More
We would like to thank Discovery House Publishers for providing this plan. For more information, please visit: www.utmost.org