Ukukhetha NgokuhlakaniphaIsampula

Making Wise Choices

USUKU 3 KWEZINGU- 4

Izinqumo esizenzayo azisithinti nje thina, zingathinta nabanye ngendlela enhle noma embi. Lapho senza izinqumo ezimbi, ngezinye izikhathi silimaza abanye futhi silimaza ubuhlobo bethu nabo. Ukuze sigweme ukulimaza abanye ngezinqumo zethu ezimbi, kumele sibheke kuNkulunkulu ukuze azi ukuthi singakhetha kanjani ngokuhlakanipha.

Kulesi siqephu, sibona ukuthi uchungechunge lwezinqumo ezimbi luka-Nicole lumholela kanjani ekuzwiseni ubuhlungu umfowabo, alimaze ubuhlobo babo.

Usuku 2Usuku 4

Mayelana naloluHlelo

Making Wise Choices

Lolu hlelo lwezinsuku ezine lwentsha luhlola ukuthi umbhalo uthini ngokuhlakanipha. Landela ukwembulwa kuka-Nicole nomfowabo u-Tate abathi, ngosuku lwabo lokuqala bebodwa, bathatha isinqumo esibi sokuvumela intombazane engumakhelwane u-Kaylin ukuthi ize izocekela indlu. Usuku ngalunye uzofunda isiqephu somBhalo, ubuke indaba, futhi uzibonele mathupha ukuthi kubaluleke kangakanani ukwenza izinqumo ezihlakaniphile.

More

Sithanda ukubonga i-Switch, inkonzo ye-Life.Church ngokusinikeza lolu hlelo. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: www.life.church