Ukukhetha NgokuhlakaniphaIsampula

Making Wise Choices

USUKU 1 KWEZINGU- 4

Nsuku zonke sibhekene nezinqumo--izinqumo ezithinta abanye kanye nathi. Nokho, ngokuvamile lokho okuzwakala njengesinqumo esilula, akusona isinqumo esihlakaniphe kakhulu. Ukuhlakanipha kukaNkulunkulu kusenza siphile ukuphila okungcono kakhulu. Uthembise ukuthi uzosinika ukuhlakanipha Kwakhe uma sikubheka—ngakho kufanele sikubheke ngokuhlala sixhumene Naye. Ngemva kwalokho siyophila impilo ayidalele ukuba siphile.

Kulesi siqephu, sifunda ukuthi ukukhetha kwethu kuchaza ukuthi singobani. Unicole wenza isinqumo esingahlakaniphile sokucela umngani wakhe uKaylin ukuba ahambe nakuba abazali bakhe babemtshele ukuthi angakwenzi. Buka futhi ubone ukuthi kwenzekani njengoba u-Nicole engakhethi ngokuhlakanipha kulesi siqephu soSuku Lokuphumula.

Usuku 2

Mayelana naloluHlelo

Making Wise Choices

Lolu hlelo lwezinsuku ezine lwentsha luhlola ukuthi umbhalo uthini ngokuhlakanipha. Landela ukwembulwa kuka-Nicole nomfowabo u-Tate abathi, ngosuku lwabo lokuqala bebodwa, bathatha isinqumo esibi sokuvumela intombazane engumakhelwane u-Kaylin ukuthi ize izocekela indlu. Usuku ngalunye uzofunda isiqephu somBhalo, ubuke indaba, futhi uzibonele mathupha ukuthi kubaluleke kangakanani ukwenza izinqumo ezihlakaniphile.

More

Sithanda ukubonga i-Switch, inkonzo ye-Life.Church ngokusinikeza lolu hlelo. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: www.life.church