Ukunqoba Imicabango Yokuzibulala kanye Nokuzilimaza
![Ukunqoba Imicabango Yokuzibulala kanye Nokuzilimaza](/_next/image?url=https%3A%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F685%2F1280x720.jpg&w=3840&q=75)
6 izinsuku
Uma uzizwa ungenathemba, noma uke waba nemicabango yokuzilimaza noma yokuzibulala, udinga ukwazi ukuthi kukhona uNkulunkulu okuthandayo, onenjongo ngawe, futhi onawe manje. Lolu hlelo lweBhayibheli lwezinsuku eziyisithupha lwe-Life.Church luzokusiza ukuthi uqonde ukuthi uNkulunkulu uthi ungubani futhi lukunike amandla uhambo lwakho lokuphulukisa. ***Uma usesimweni esiphuthumayo, sicela uthinte othile. Izinsiza zifakiwe zezifundiso zosuku ngalunye.
Sithanda ukubonga i Life.Church ngokusihlinzeka ngalolu Hlelo. Ngemininingwane eminingi, sicela uvakashele: www.life.church
Mayelana Nomshicileli