Ukuphuma Ekucindezelekeni

Ukuphuma Ekucindezelekeni

6 izinsuku

Ukuzibulala kuba umqedazwe. Sonke siye saphatheka kabi, saze sacindezeleka. Ngakho-ke ingabe lokho kusho ukuthi sihlushwa ukucindezeleka noma sisengozini yokuzibulala? Cishe unemibuzo efanayo mayelana nokucindezeleka. Kulolu chungechunge, uDkt. Karl Benzio, udokotela wengqondo ongumKristu, usebenzisa isayensi yezengqondo mayelana nendlela uNkulunkulu aklame ngayo ingqondo yethu ukuba isebenze futhi eqaqa ukudangala ngokombono weBhayibheli ebheka izimbangela, izimpawu, futhi ikakhulukazi izindlela zokuthola inkululeko ekucindezelekeni nasekufinyeleleni kokuthula kukaNkulunkulu kanye nenjabulo.

Sithanda ukubonga i-OneHope (http://onehope.net/) kanye no-Karl Benzio, MD, umsunguli kanye nomqondisi we-Lighthouse Network ngokuhlinzeka ngalolu hlelo. Ukuze uthole ulwazi olwengeziwe, sicela uvakashele: http://lighthousenetwork.org/ noma uma wena noma othandekayo unenkinga yokulutheka noma inkinga engokwengqondo - noma unemibuzo nje - sicela ushayele inombolo yosizo yeLighthouse Network 24/7 ku-844-Life- Change (844-543-3242).
Mayelana Nomshicileli

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo