Isikhathi Sokuqala Onyakeni Webandla - Wozanini Simkhonze!Isampula

Isikhathi Sokuqala Onyakeni Webandla - Wozanini Simkhonze!

USUKU 20 KWEZINGU- 20

Ukukholwa Kuvela Ngokuzwa

Yini abantu abakulezi ndimana abayizwa ngoJesu?

Kwenzenjani? Benzeni ngenxa yokholo lwabo?

Lelisu likulungiselele kanjani ukubona ukufika kukaJesu Kristu?

Ingabe usukulungele ukugubha? Ingabe uKhisimusi ngeke ube mnandi njengoba inhliziyo yakho isilungisiwe?

Ubani ongathanda ukwabelana naye ngalokhu namuhla?

Uqedele uhlelo lwe - LWESIKHATHI SOKUQALA ONYAKENI WEBANDLA! Sinezinye izinhlelo ze-YouVersion. Sesha i - NBS2GO. Uma ulujabulele lolu hlelo LWESIKHATHI SOKUQALA ONYAKENI WEBANDLA 2GO Isifundo seBhayibheli kanye nezinye i-2GO Izifundo zethu zeBhayibheli, ngasinye ezineHlelo lokufunda kanye nomhlahlandlela wiMholi ziyatholakala ku-nbs2go.com. Lezi zifundo zeBhayibheli zingasetshenziswa unyaka wonke, uwedwa, noma njengeqembu.

Usuku 19

Mayelana naloluHlelo

Isikhathi Sokuqala Onyakeni Webandla - Wozanini Simkhonze!

Isikhathi sokuqala onyakeni webandla siwuhlelo lwamasonto amane elenzelwe ukuholela ukunaka kwethu ekuthomeni okuthobekile koMsindisi wempilo yethu. Lesi sifundo sihlanganisa izindaba ezine ezivela kuMathewu noLuka. Sifunda icebo likaNkulunkulu lokuzalwa kukaJesu Kristu, sizwe nokuthi kwakunjani ukuba khona kule micimbi. Indlela yemibuzo nezimpendulo ingasetshenziselwa ukukhuleka kwemindeni, ingxoxo yeqembu, nokuzifundela.

More

Sizothanda ukubonga i Neighbor Bible Studies (NBS2GO), Joanna Parsons, no Rebecca Davie ngokunikela ngalolu hlelo. Ukuze uthole ulwazi olwengeziwe, sicela uvakashele: https://www.nbs2go.com/index.php/youversion-subscriber-welcome/