Ukulindela Ukhisimusi: Uhlelo Lwezinsuku Eziwu 5 ze-Advent

5 izinsuku
Kaningi, amaholide ayafika aphinde adlule ngaphambi kokuba sibe nethuba lokugxila ekulungiseni izinhliziyo zethu ngoKhisimusi. I-Advent yindlela yethu yokukhumbula ukuthi uNkulunkulu weza waba nathi, usenathi, futhi usazobuya futhi. Ezinsukwini eziwu-5 ezilandelayo, sizohlola izingqikithi ezine ze-Advent: ithemba, ukuthula, uthando, kanye nenjabulo.
Lolu hlelo lweBhayibheli lokuqala lwakhiwa futhi lwahlinzekwa yi-YouVersion.
Mayelana Nomshicileli