Okune Okokugcina okuvela ku-Craig GroeschelIsampula

The Last Four from Craig Groeschel

USUKU 4 KWEZINGU- 4

Uma ucabanga ngobukhona bukaNkulunkulu, ungase ucabange ngamagama aduduzayo afana nozwelo, uthando, noma ukuthula. Ngakho, kungani iBhayibheli lithi kufanele sesabe futhi sithuthumele phambi kobukhona bukaNkulunkulu? Emlayezweni wakhe wesine nowokugcina, uMfundisi uCraig uzochaza iZaga 28:14 ukuze asisize siqonde kangcono amandla eqiniso likaNkulunkulu owasidalayo. Uzosikhumbuza futhi ngezingozi zokuqinisa izinhliziyo zethu Kuye.

Mayelana naloluHlelo

The Last Four from Craig Groeschel

Wake wafuna ukungena ngaphakathi engqondweni yomfundisi? Hhayi-ke, nali ithuba lakho! Umsunguli nomfundisi omkhulu weLife.Church, uCraig Groeschel, usinikeza ukubheka kwangaphakathi umsebenzi wakhe wansuku zonke njengoba efunda amavesi amane okugcina awaqokomisa eBhayibhelini lakhe. Vumela ingqondo yakho ivuselelwe njengoba ufunda lemiBhalo kanye naye, futhi uthole ukuthi kungani ekhethe ukuyiqokomisa kwasekuqaleni.

More

Sithanda ukubonga uPastor Craig Groeschel ne-Life.Church ngokusinikeza lolu hlelo. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: http://craiggroeschel.com/