Ukubalwa KukaKhisimusiIsampula
Umprofethi u-Isaya wabikezela ukuthi uJesu uzothatha isijeziso sesono sethu. Unalokhu engqondweni, cabanga noma ulingise indawo yezinkantolo. Yenza sengathi ingane yakho ingummangalelwa osolwa ngobugebengu. Ijaji ligqolozele phansi lisuka ebhentshini, lishaya i-gavel bese lithi, "Unecala njengoba ukhokhisiwe!"
Njengoba ingane yakho "igwetshwa" udilikajele, uJesu uyasukuma athi, "Ngithathe esikhundleni sakho." Ijaji lifuna ukwazi ukuthi kungani kufanele uJesu ajeziswe. Angithi akenzanga lutho olubi. Ujesu uyaphendula, "Ngiyamthanda, futhi ngifuna ukuthatha indawo yakhe." Xoxa ngokuzimisela kukaJesu ukuthwala isijeziso sethu ukuze asikhulule.
Ukuze uthole okwengeziwe, vakashela www.thrivingfamily.com/advent

Mayelana naloluHlelo
Uyemukelwa Kukhalenda Yomsebenzi Wezinsuku ezingama-28 we-Thriving Family! Ungaphuthelwa yileli thuba lokuhlola incazelo yangempela kaKhisimusi futhi nisondelane ndawonye njengomndeni! Le misebenzi yomzali nengane yenzelwe ukukusiza ugcine le nkathi kaKhisimusi igxile kuKristu!
More
We would like to thank Focus on the Family and thrivingfamily.com for providing this plan. For more information, please visit: www.thrivingfamily.com/advent