Ukubalwa KukaKhisimusiIsampula
Umprofethi uMika wasebenzisa umfanekiso womalusi ukuchaza uMesiya ozayo. Ujesu wasebenzisa umfanekiso ofanayo ukutshela abantu ngaye, wathi Weza ukufuna nokusindisa abalahlekile.
Khetha ilungu lomndeni ukuze ube "yimvu elahlekile." Ngenkathi wonke amanye amalungu omndeni evale amehlo futhi ebala aze afike ku-30, eyodwa "yezimvu ezilahlekile" icasha kwenye indawo endlini (noma ngaphandle, isimo sezulu sivuma). Umndeni uyamfuna lo odukile, kuthi lapho etholakala wonke umuntu ajabule. Sisonke, bonga uJesu ngokufuna nokusindisa amawundlu Akhe alahlekile.
Ukuze uthole okwengeziwe, vakashela www.thrivingfamily.com/advent

Mayelana naloluHlelo
Uyemukelwa Kukhalenda Yomsebenzi Wezinsuku ezingama-28 we-Thriving Family! Ungaphuthelwa yileli thuba lokuhlola incazelo yangempela kaKhisimusi futhi nisondelane ndawonye njengomndeni! Le misebenzi yomzali nengane yenzelwe ukukusiza ugcine le nkathi kaKhisimusi igxile kuKristu!
More
We would like to thank Focus on the Family and thrivingfamily.com for providing this plan. For more information, please visit: www.thrivingfamily.com/advent