Ukubalwa KukaKhisimusiIsampula
Dlala ukucasha futhi ufune imizuzu embalwa, uvumela izingane zakho ukuthi zicashe njalo. Ngemuva kokuthola kaninginingi izindawo zokucasha izingane zakho, zibuze ukuthi ngabe zicabanga ukuthi zingathola yini indawo yokucasha lapho ungeke wazithola khona. Manje chaza ukuthi uJona wazama ukufihla uNkulunkulu ngoba wayengafuni ukulalela umyalo wakhe.
Khombisa ukuthi uJesu ukufanekisa kanjani ukufa nokuvuka kwakhe esebenzisa indaba kaJona. Tshela izingane zakho ukuthi ekugcineni uJona wamlalela uNkulunkulu, futhi labo abawukholwa umyalezo kaJona basindiswa. Kanjalo futhi, bonke abakholwa emlayezweni weVangeli bazosindiswa.
Ukuze uthole okwengeziwe, vakashela www.thrivingfamily.com/advent

Mayelana naloluHlelo
Uyemukelwa Kukhalenda Yomsebenzi Wezinsuku ezingama-28 we-Thriving Family! Ungaphuthelwa yileli thuba lokuhlola incazelo yangempela kaKhisimusi futhi nisondelane ndawonye njengomndeni! Le misebenzi yomzali nengane yenzelwe ukukusiza ugcine le nkathi kaKhisimusi igxile kuKristu!
More
We would like to thank Focus on the Family and thrivingfamily.com for providing this plan. For more information, please visit: www.thrivingfamily.com/advent