Ukubalwa KukaKhisimusiIsampula
Bopha ucezu oluncane lwentambo ebomvu noma iribhoni nxazonke zezihlakala zezingane zakho. Bacele ukuthi bacabange ngento eyodwa intambo ebomvu engabakhumbuza yona.
Chaza ukuthi uRahabi wayalwa ukuba alenge intambo ebomvu efasiteleni lakhe ukuze asindiswe ekubhujisweni komuzi wakubo. Urahabi wayengukhokho kaJesu. Intambo yakhe ebomvu isikhumbuza ngegazi likaKristu, elachitheka ukusisindisa ezonweni zethu.
Ukuze uthole okwengeziwe, vakashela www.thrivingfamily.com/advent

UmBhalo
Mayelana naloluHlelo
Uyemukelwa Kukhalenda Yomsebenzi Wezinsuku ezingama-28 we-Thriving Family! Ungaphuthelwa yileli thuba lokuhlola incazelo yangempela kaKhisimusi futhi nisondelane ndawonye njengomndeni! Le misebenzi yomzali nengane yenzelwe ukukusiza ugcine le nkathi kaKhisimusi igxile kuKristu!
More
We would like to thank Focus on the Family and thrivingfamily.com for providing this plan. For more information, please visit: www.thrivingfamily.com/advent