Ungaba Kanjani Yilowomuntu Abanye Abafuna Ukuba seduze NayeIsampula
![How To Become Someone Others Want To Be Around](/_next/image?url=https%3A%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F1806%2F1280x720.jpg&w=3840&q=75)
Yiba Yilokho Unkulunkulu Akwenza Waba Yikho
Udalwe nguNkulunkulu ukuthi wenze izinto ezinkulu ngempilo oyinikeziwe.
Ungavele uvumele le mpilo idlule kuwe. Yenza okuthile ngayo.
Unkulunkulu unenhloso necebo ngawe. Kuthole, kwenze, futhi ube yikho.
Yini osebenza kahle kuyo? Yini othanda ukuyenza? Mhlawumbe yilezo izinto uNkulunkulu afuna ungene kuzo.
Lapho wenza izinto uNkulunkulu akubizele kuzo, ngeke kushintshe impilo yakho kuphela kodwa nezimpilo zalabo abaseduze nawe.
Ngakho, faka ubuwena kuKristu futhi wazi ukuthi unezinhlelo ezinkulu ngawe.
UmBhalo
Mayelana naloluHlelo
![How To Become Someone Others Want To Be Around](/_next/image?url=https%3A%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F1806%2F1280x720.jpg&w=3840&q=75)
Kulolu Hlelo LweBhayibheli, uzothola ukuthi ungakha kanjani ubuwena obuzoshintsha yonke into kuwe. Ungaba yikho konke owaziyo ukuthi ungaba yikho? Kuthole lapha.
More
Sithanda ukubonga Switch ne-Life.Church ngokusinikeza lolu hlelo. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: www.life.church