Ulimisa kanjani IbandlaIsampula

How To Be The Church

USUKU 1 KWEZINGU- 4

Liyini IBandla

Uma ubungabuzwa ukuthi ungalichaza kanjani igama elithi “ibandla,” ungathini?

Indawo oya kuyo ngamaSonto? Ukudumisa? Ukuzwa umlayezo?

Isikhathi esiningi, ukhuluma ngebhilidi. Niyazi, inqwaba yezihlalo, indawo yesikhulumi, mhlawumbe ummongo onesiphambano phezulu. Kodwa bewazi ukuthi ikhona enye indlela yokusebenzisa leli gama? Inosonhlamvukazi “” futhi empeleni ibaluleke kakhulu. Uma ukhuluma "ngosonhlamvukazi othi I", ukhuluma kahlehle, ngabantu!

IBandla alisona isakhiwo, noma uhlelo, noma inkonzo, noma indawo. Liwumbuthano wabantu abahlangana ndawonye ukuze bakhonze uNkulunkulu ophilayo futhi bafunde ngezimfundiso zikaJesu futhi baphile ngazo.

Sisonke, siyindlu Yakhe kanye noJesu phakathi kwakho konke. Lelo yiBandla. Sizochitha izinsuku ezimbalwa ezizayo sifunda ngokuthi iBandla laqala kanjani, nokuthi singaliqhuba kanjani.

Usuku 2

Mayelana naloluHlelo

How To Be The Church

Liyini iBandla, ngempela? Futhi kusho ukuthini ukuba yiBandla? Kulolu Hlelo LweBhayibheli, uzothola ukuthi ungaba kanjani ngempela iBandla elenza umehluko kulo mhlaba.

More

Sithanda ukubonga i-Switch, inkonzo ye-Life.Church ngokusinikeza lolu hlelo. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: www.life.church