Ukuphila Indaba EngconoIsampula
Yenza isenzo.
Impilo ayizoba mnandi uma singenzi lutho ngayo. Ukuphila indaba engcono kusho ukumelana nezinto owaziyo ukuthi azilungile, ukumela izinto ofuna ukuzibona zishintshile, nokwenza izinto ozishisekelayo.
Mhlawumbe kuwena ukumelana nabantu abaqolwa esikoleni. Noma ubona omunye wabafowenu echomela omunye wakini nawe ubamele. Noma mhlawumbe ukusiza abanye esikoleni abanobunzima ngomsebenzi wabo wesikole. Noma mhlawumbe ukuba khona kumngani lapho ekudinga. Noma mhlawumbe ukusiza inhloso esekela abangenamakhaya.
Iyini leyo nto - leyo nto eyodwa - owaziyo ukuthi ungenza okuthile ngayo manje?
UNkulunkulu ukwenzele injongo. Ukudale ukuthi wenze izinto ezinhle. Lokho kuwukholo oluphilayo futhi olusebenzayo.
Ngakho thola ukuthi uNkulunkulu angakusebenzisa kanjani, uhambe wenze okuthile ngakho.
UmBhalo
Mayelana naloluHlelo
Sonke siphila ngendaba, kodwa ingabe zonke izindaba zethu zikufanele ukulandiswa? Kulolu hlelo sizobheka izindlela ezine zokuphila indaba engcono.
More