Ukuhlohlwa abanganeIsampula

Peer Pressure

USUKU 1 KWEZINGU- 7

Uma iningi lenza into engalunganga, phuma kulona. Kulula ukukusho kunokukwenza angithi? Ukuhlohlana nabangane kungaba yinto enhle, kodwa futhi kungaba yinto embi. Ababaningi abafundi abaphuma bathi qekelele, kakhulukazi uma kungukuthi bazolahlekelwa ngabangane. uMngane okutshele ukuthi yeka into okholelwa kuyona, akayena umngane olungile njengoba ungacabanga. Ukubhekana nokuhlohlana kwabangane ukukwazi ukwenza into elungile, noma kungathiwa ayidumile leyonto. Ukhiye wokukwazi ukwenza lokho, ukuba uzazi ukuthi umeleleni, nokuzidwebela ulayini, ngaphambi kokuba leso simo siqhamuke. Kunzima kakhulu ukwenza isinqumo, ngaleso sikhathi. Unentshisekelo yokwazi ukuthi uNkulunkulu uthini ngokuhlohlana kwabangane? Thola kulelisonto!
Usuku 2

Mayelana naloluHlelo

Peer Pressure

ukuhlohlwa abangane kungaba yinto enhle, kodwa futhi kungaba yinto embi. uNkulunkulu usibizele ukuphila impilo yokukhonza yena- ngakho ukuqonda nokwazi izimiso zakho kubaluleke kakhulu. Kulolu Hlelo loSuku lwesikhombisa, uzothola amandla okubhekana nokuhlohlwa ukwazi nokwenza izinqumo ezihlakaniphile impilo yakho yonke.

More

We would like to thank Life.Church for providing this plan. For more information, please visit: www.life.church