Isivivinyo

Isivivinyo

7 izinsuku

Ukulingwa kuza ngezindlela eziningi kakhulu. Futhi kulula ukuzithethelela izinqumo zethu futhi siziphendulele. Loluhlelo lwezinsuku eziyisikhombisa (7) lubonisa ukuthi ungakwazi ukunqoba isilingo, ngoMoya kaNkulunkulu. Thatha isikhathi sokuthulisa ingqondo yakho, vumela uNkulunkulu akhulume empilweni yakho, uzothola amandla okunqoba izilingo ezinkulu kakhulu.

Sithanda ukubonga i Life.Church ngokusinikeza lolu Hlelo. Ngemininingwane eminingi, sicela uvakashele: www.life.church
Mayelana Nomshicileli