UkuhlebaIsampula

Gossip

USUKU 1 KWEZINGU- 14

Izindebe zesiwula ziletha ukuxabana ulimi lungakufaka enkingeni Izindebe zesiwula ziwugibe lomphefumulo wakhe Kuningi esingakuloba okuchaza ingozi yokuhluleka ukulawula okukhipha ngezindebe zakho. Kulula ukuzithethelela ngokuhleba ikakhulukazi uma uke waphatheka kabi. Naku okumele ukwazi ngokuhleba :Labo ohleba nabo mawungasekho bahleba ngawe Futhi uma ungeke ube ingxenye yesixazululo akumele uzibandakanye odabeni Ingabe uNkulunkulu uyazikhathaza ngempela ngenhlebo ? Ingabe uyazikhathaza ngesikusho ngemilomo yethu ? Asibheke izwi likaNkulunkulu ukufunda ukuthi asetshenziswa kanjani amagama
Usuku 2

Mayelana naloluHlelo

Gossip

Amagama esiwasebenzisayo anamandla okwakha noma abhidlize Ukuhleba kuyingozi kakhulu Ngakho ke okukhulumayo kudlala yiphi indima empilweni yakho , ingabe uyakha noma ucekela phansi izimpilo zabanye ? Loluhlelo lwezinsuku eziyisikhombisa luzokukhombisa ukuthi uNkulunkulu ukubona kubalulekile esikuphimisa ngemilomo yethu. Thula ulalele ukuthi uthini kuwe

More

Loluhlelo lenziwe yi lifechurch.tv.