UkufaIsampula

Death

USUKU 1 KWEZINGU- 7

Ukufa kuyingxenye yokuphila. Iningi lethu liye lakuthola usizi nokudabuka okuza lapho othile esimaziyo ethathwa kithi. Ezinye zehlakalo zokufa, kuba lula ukubhekana nazo kunezinye, kodwa kungakhathaliseki izimo, akukaze kube yinto elula. miningi imibuzo evuakyo ezinhlizweni zethu lapho sicabanga ngokudlula kwabathandekayo. Abanye abantu bagxeka uNkulunkulu, mase beyamthukuthelela, abanye bamane baphele nya. Bambalwa abantu bazi ukuthi kufanele bakusingathe kanjani ukufa ngendlela yokuhlonipha uNkulunkulu. Ngenhlanhla thina, uNkulunkulu ufuna ukuba ngumthombo wethu wamandla nenduduzo ezikhathini ezikanje. Ake ubheke inhliziyo kaNkulunkulu ngakuwe njengoba ubhekane nenhliziyo eyaphukileyo.
Usuku 2

Mayelana naloluHlelo

Death

Ukufa yinto wonke umuntu abhekana nakho konke ukuphila. miningi imibuzo evuakyo, isinyakazise ekujuleni. Loluhlelo lwezinsuku eziyisikhombisa lizokunika kancane lokho iBhayibheli elikushoyo ekutholeni amandla futhi induduzo lapho ubhekene yokufa yethu.

More

This plan was created by Life.Church