AmaHubo 95:1-3
AmaHubo 95:1-3 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Wozani simhubele uSimakade, silihlokomele ngenjabulo idwala lensindiso yethu. Masize phambi kwakhe ngokubonga, simhubele amahubo. Ngokuba uSimakade unguNkulunkulu omkhulu, uyiNkosi enkulu ngaphezu konkulunkulu bonke.
Dlulisela
Funda AmaHubo 95AmaHubo 95:1-3 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Wozani simhubele uJehova, sihlabelele ngenjabulo kulo idwala lensindiso yethu. Masize phambi kobuso bakhe ngokubonga, sihlabelele kuye ngamahubo. Ngokuba uJehova unguNkulunkulu omkhulu, uyinkosi enkulu phezu kwawonkulunkulu bonke.
Dlulisela
Funda AmaHubo 95AmaHubo 95:1-3 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Wozani sihlabelele inkazimulo kaJehova, sijabule kulo idwala lensindiso yethu. Masize phambi kobuso bakhe ngokubonga, simdumise ngamahubo. Ngokuba uJehova unguNkulunkulu omkhulu neNkosi enkulu phezu kwabo bonke onkulunkulu.
Dlulisela
Funda AmaHubo 95