AmaHubo 30:1-3
AmaHubo 30:1-3 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Ngiyakuphakamisa, Jehova, ngokuba ungikhuphulile; awuvumanga ukuba izitha zami zijabule phezu kwami. Jehova Nkulunkulu wami, ngakhala kuwe, wangiphilisa. Jehova, umphefumulo wami uwukhuphulile endaweni yabafileyo, wangiphilisa phakathi kwabashona emgodini.
AmaHubo 30:1-3 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Ngiyakuphakamisa Simakade, ngokuba ungitakulile, awuvumanga ukuba izitha zami zithokoze ngami. Simakade, Nkulunkulu wami, ngikhale kuwe ngicela usizo, wangiphulukisa. Simakade ukhulule umoya wami endaweni yabafileyo, wangigcina ngiphilile, angaze ngashona egodini.
AmaHubo 30:1-3 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Ihubo nehubo ekungcwelisweni kwendlu kaDavide. Ngiyakukubonga, Jehova; ngokuba ungiphakamisile, awuvumelanga izitha zami ukuba zijabule ngami. Jehova Nkulunkulu wami, ngakhala kuwe, wangiphulukisa. Jehova, uwuphakamisile umphefumulo wami eHayidese; Wangigcina ngiphila, ukuze ngingehlele egodini.