NgokukaMarku 3:28-34
NgokukaMarku 3:28-34 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Ngiqinisile ngithi kini: Abantwana babantu bazathethelelwa zonke izono lenhlamba loba yini abahlambaza ngayo; Kepha ohlambalaza uMoya oNgcwele akanakuthethelelwa naphakade, kodwa ulecala lokulahlwa okuphakade; ngoba bathi: Unomoya ongcolileyo. Kwase kufika abafowabo nonina, bema ngaphandle, bathumela kuye bembiza. Isixuku sasihlezi simzungezile, sathi kuye: “Bheka, unyoko nabafowenu ngaphandle bayakufuna. Wasebaphendula wathi: Ngubani umame kumbe abafowethu? Wasethalaza ababehlezi bemphahlile, wathi: Khangelani umama labafowethu.
NgokukaMarku 3:28-34 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Ngiqinisile ngithi kini: Abantwana babantu bazathethelelwa zonke izono lenhlamba loba yini abahlambaza ngayo; Kepha ohlambalaza uMoya oNgcwele akanakuthethelelwa naphakade, kodwa ulecala lokulahlwa okuphakade; ngoba bathi: Unomoya ongcolileyo. Kwase kufika abafowabo nonina, bema ngaphandle, bathumela kuye bembiza. Isixuku sasihlezi simzungezile, sathi kuye: “Bheka, unyoko nabafowenu ngaphandle bayakufuna. Wasebaphendula wathi: Ngubani umame kumbe abafowethu? Wasethalaza ababehlezi bemphahlile, wathi: Khangelani umama labafowethu.
NgokukaMarku 3:28-34 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Ngiqinisile ngithi kini: abantwana babantu bayakuthethelelwa izono zonke nokuhlambalaza, noma ngabe kungakanani abangahlambalaza ngakho, kepha lowo ohlambalaza uMoya oNgcwele kanakuthethelelwa naphakade, kodwa unecala lesono esingapheliyo.” UJesu wakusho lokho ngokuba babemthuke bathi unomoya ongcolileyo. Kwase kufika unina kaJesu nabafowabo, bema ngaphandle, base bethumela kuye ukuba ayobizwa. Isixuku esasimngungile sathi kuye: “Unyoko, abafowenu, nawodadewenu bemi ngaphandle; bayakufuna.” Wabaphendula wathi: “Ngubani umame nabafowethu na?” Waqalaza ebuka ababehlezi bemngungile, wathi: “Niyabona-ke, nangu umame nabafowethu.
NgokukaMarku 3:28-34 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Ngiqinisile ngithi kini: Abantwana babantu bayakuthethelelwa izono zonke nokuhlambalaza noma kungakanani abangahlambalaza ngakho, kepha lowo ohlambalaza uMoya oNgcwele kanakuthethelelwa naphakade, kodwa unecala lesono esingapheliyo.” Ngokuba bathi unomoya ongcolileyo. Kwase kufika unina nabafowabo, bema ngaphandle, bathumela kuye bembiza. Isixuku sabantu sasimphahlile; bathi kuye: “Bheka, unyoko nabafowenu nawodadewenu bangaphandle bekufuna.” Wabaphendula wathi: “Ngubani umame nabafowethu na?” Waqalaza ebuka ababehlezi bemphahlile, wathi: “Bhekani, nangu umame nabafowethu.