NgokukaMathewu 25:25-26
NgokukaMathewu 25:25-26 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Ngase ngesaba, ngaya ngalithukusa emhlabathini italenta lakho; bheka, usunakho okwakho. Inkosi yayo yaphendula, yathi kuyo: Nceku embi nevilaphayo, ubuwazi ukuthi ngivuna lapho engingahlwanyelanga khona, futhi ngibutha lapho ngingahlwazanga khona
NgokukaMathewu 25:25-26 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Ngesaba, ngase ngihamba ngalithukusa emhlabathini ithalenta lakho; bheka, nakhu okungokwakho.’ “Kepha inkosi yayo yaphendula, yathi kuyo: ‘Nceku embi nevilaphayo, kanti bewazi ukuthi ngivuna lapho ngingahlwanyelanga khona, ngiqoqe lapho ngingafazanga khona na?
NgokukaMathewu 25:25-26 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
ngesaba, ngaya ngalithukusa emhlabathini italenta lakho; bheka, nakhu okwakho.’ “Kepha inkosi yakhe yaphendula, yathi kuye: ‘Nceku embi nevilaphayo, ubukwazi ukuthi ngivuna lapha ngingahlwanyelanga khona, ngibutha lapha ngingafazanga khona, na?
NgokukaMathewu 25:25-26 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)