NgokukaMathewu 19:13-15
NgokukaMathewu 19:13-15 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Kwase kulethwa kuye abantwana abancane ukuba abeke izandla phezu kwabo, akhuleke; abafundi babakhuza. Kepha uJesu wathi: “Vumelani abantwana, ningabenqabeli ukuza kimi, ngokuba umbuso wezulu ungowabanjalo. Wabeka izandla phezu kwabo, wamuka lapho.
NgokukaMathewu 19:13-15 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Kwase kulethwa kuye abantwana ukuze abeke izandla phezu kwabo, abakhulekele, kodwa abafundi babakhuza. Kepha uJesu wathi: “Vumelani abantwana beze kimi, ningabenqabeli, ngokuba umbuso wezulu ungowabanjalo.” Wayesebeka izandla phezu kwabo, qede wasuka lapho.
NgokukaMathewu 19:13-15 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Khona kwalethwa kuye abantwanyana ukuba abeke izandla phezu kwabo, akhuleke; kepha abafundi babakhuza. UJesu wayesethi: “Vumelani abantwana, ningabenqabeli ukuza kimi, ngokuba umbuso wezulu ungowabanjalo.” Wayesebeka izandla phezu kwabo; wamuka lapho.
NgokukaMathewu 19:13-15 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)