Mathewu 19:13-15

Mathewu 19:13-15 CZB24

Kwase kulethwa kuye abantwana abancane ukuba abeke izandla phezu kwabo, akhuleke; abafundi babakhuza. Kepha uJesu wathi: “Vumelani abantwana, ningabenqabeli ukuza kimi, ngokuba umbuso wezulu ungowabanjalo. Wabeka izandla phezu kwabo, wamuka lapho.

Video for Mathewu 19:13-15