NgokukaMathewu 19:13-15

NgokukaMathewu 19:13-15 ZUL20

Kwase kulethwa kuye abantwana ukuze abeke izandla phezu kwabo, abakhulekele, kodwa abafundi babakhuza. Kepha uJesu wathi: “Vumelani abantwana beze kimi, ningabenqabeli, ngokuba umbuso wezulu ungowabanjalo.” Wayesebeka izandla phezu kwabo, qede wasuka lapho.

Video for NgokukaMathewu 19:13-15