NgokukaMathewu 14:30-31
NgokukaMathewu 14:30-31 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Kodwa ebona umoya wesaba; eseqala ukutshona wakhala wathi: Nkosi, ngisindise. Khona masinyane uJesu welula isandla, wambamba, wathi kuye: “Wena onokukholwa okuncane, ungabazeleni na?
Dlulisela
Funda NgokukaMathewu 14NgokukaMathewu 14:30-31 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Kepha kuthe ebona umoya onamandla, wesaba; eseqala ukucwila wakhala wathi: “Nkosi, ngisindise!” Masinyane uJesu welula isandla, wambamba, wathi kuye: “Wena onokukholwa okuncinyane, ungabazeleni na?”
Dlulisela
Funda NgokukaMathewu 14