NgokukaMathewu 14:18-19
NgokukaMathewu 14:18-19 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Wathi: Ziletheni lapha kimi. Wayala isixuku ukuba sihlale phansi etshanini, wazithabatha izinkwa eziyisihlanu nezinhlanzi ezimbili, wabheka ngasezulwini, wazibusisa, wazihlephula, wazinika abafundi izinkwa, abafundi baphakela izixuku.
NgokukaMathewu 14:18-19 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Wayesethi: “Kuletheni lapha kimi.” Wayeseyala izixuku ukuba zihlale phansi otshanini, wathatha izinkwa ezinhlanu nezinhlanzi ezimbili, wabheka ngasezulwini, wakubusisa, wakuhlephula, wakunika abafundi, baphakela izixuku.
NgokukaMathewu 14:18-19 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Wayesethi: “Ziletheni lapha kimi.” Wayeseyala izixuku ukuba zihlale phansi etshanini, wazithabatha izinkwa eziyisihlanu nezinhlanzi ezimbili, wabheka ngasezulwini, wazibusisa, wazihlephula, wabanika abafundi izinkwa, abafundi baphakela izixuku.
NgokukaMathewu 14:18-19 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)