NgokukaMathewu 13:16-17
NgokukaMathewu 13:16-17 IsiZulu 2020 (ZUL20)
“Kepha abusisiwe amehlo enu, ngokuba ayabona; nezindlebe zenu, lokhu ziyezwa. Ngokuba ngiqinisile ngithi kini: baningi abaphrofethi nabalungileyo ababefisa ukubona lokhu enikubonayo, kodwa abakubonanga; nokuzwa lokhu enikuzwayo, kepha abakuzwanga.
NgokukaMathewu 13:16-17 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Kodwa abusisiwe amehlo enu, ngoba ayabona, lezindlebe zenu, ngoba ziyezwa. Ngokuba ngiqinisile ngithi kini: Abaningi abaprofethi nabalungileyo babefisa ukubona enikubonayo, abakubonanga; nokuzwa izinto enizizwayo, anizizwanga.
NgokukaMathewu 13:16-17 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Kodwa abusisiwe amehlo enu, ngoba ayabona, lezindlebe zenu, ngoba ziyezwa. Ngokuba ngiqinisile ngithi kini: Abaningi abaprofethi nabalungileyo babefisa ukubona enikubonayo, abakubonanga; nokuzwa izinto enizizwayo, anizizwanga.
NgokukaMathewu 13:16-17 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
“Kodwa abusisiwe amehlo enu, lokhu ebona, nezindlebe zenu, lokhu zizwa. Ngokuba ngiqinisile ngithi kini: Baningi abaprofethi nabalungileyo ababefisa ukubona enikubonayo, abakubonanga, nokuzwa enikuzwayo, abakuzwanga.