UJobe 8:3-6
UJobe 8:3-6 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Ngabe uNkulunkulu uyabuhlanekezela ubulungiswa, uSomandla aphendukezele ukulunga na? Uma abantwana bakho bonile kuye, wabanikela emandleni eziphambeko zabo. Kuyothi lapho umfuna uNkulunkulu, umnxusa uSomandla, uma uhlambulukile, uqotho, Yena uyokubheka, akubuyisele endaweni yakho efaneleyo.
UJobe 8:3-6 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
UNkulunkulu uhlanekezela ukwahlulela yini? USomandla uphendukezela ukulunga na? Uma abantwana bakho bonile kuye, yena wabanikela emandleni ezono zabo, khona, uma wena ufunisisa uNkulunkulu, unxuse kuye uSomandla, uma uhlambulukile, futhi ulungile, khona yena uyakuvuka ngenxa yakho, aphumelelise ikhaya lokulunga kwakho.
UJobe 8:3-6 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
UNkulunkulu uphendukezela ukwahlulela na? uSomandla uyawuphendukezela yini umthetho na? Uma abantwana bakho bonile kuye, yena ebalahlile ngenxa yesiphambeko sabo; Uma ufuna ukufuna uNkulunkulu ngesikhathi futhi wenze ukunxusa kwakho kuSomandla; Uma uhlanzekile, uqotho; impela Wayezonivukela futhi aphumelelise indawo yokuhlala yokulunga kwenu.